Loading...
Larger font
Smaller font
Copy
Print
Contents

Ithemba Elikhulu

 - Contents
  • Results
  • Related
  • Featured
No results found for: "".
  • Weighted Relevancy
  • Content Sequence
  • Relevancy
  • Earliest First
  • Latest First
    Larger font
    Smaller font
    Copy
    Print
    Contents

    Kwenqatshwa Iqiniso Ngaba lihambisana Nesiphambano

    Uma izimfundiso ezinikwa abantu zingaqinile ngokukaMoya nokuzidela, zamukeleka kangcono ebantwini. USathane ulungele ukugcwalisa okufiswa yinhliziyo yomuntu, anike inkohliso esikhundleni seqiniso. lyona ndlela lena inkambiso kaPhapha eyathola ngayo amandla phezu kwezingqondo zabantu, nangokwenqaba iqiniso ngoba lihambisana nesiphambano.IE 33.2

    AmaProtestandi alandela leyo ndlela. Bonke abazifunela indlela elula ukuze bangaphambani nezwe bazozithola bebambe imfundiso yamanga esikhundleni seqiniso, (2 Petru 2:1). Lowo owethuswa yinkohliso ethile, uzokwamukela enye kalula. 2Encwadini ephelele okulhiwa yi Great Controversy, abafundi bazothola indaba yokuhlehla kwamaKristu kancane kancane, ezimfundisweni zeBhayibheli.IE 33.3

    Larger font
    Smaller font
    Copy
    Print
    Contents